Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:52 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

52 Kepha waphumisa abantu bakhe njengezimvu; wabahola ehlane njengomhlambi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

52 Kepha abantu bakhe wabakhipha njengezimvu, njengomhlambi wabahola ehlane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

52 Kodwa abantu bakhe wabahola njengezimvu, wabahola njengomhlambi enkangala.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:52
11 Referans Kwoze  

Wahola abantu bakho njengezimvu ngesandla sikaMose no-Aroni.


Wabahola ngensika yefu emini nangensika yomlilo ebusuku ukubakhanyisela endleleni ababeyakuhamba ngayo.


Iyakwalusa umhlambi wayo njengomalusi, ibuthe amawundlu ngemikhono yayo, iwagone esifubeni sayo, ihole kahle izindlezane.


Wayesebakhipha benesiliva negolide, kungekho ontengezelayo emindenini yakubo.


Yazini ukuthi uJehova unguNkulunkulu; nguye osenzileyo, akuthina, sibe ngabantu bakhe nezimvu zedlelo lakhe.


Ngokuba yena unguNkulunkulu wethu, thina singabantu bedlelo lakhe nezimvu zesandla sakhe. Namuhla, uma nilizwa izwi lakhe,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite