Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:40 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

40 Kwaba kaningi kangakanani bephambana naye ehlane, bemdabukisa kwahlongasibi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

40 Babemhlubuka kaningi kangakanani ehlane, bemdabukisa ogwadule!

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

40 Bamgcona kaningi ogwadule, bemenza lusizi ogwadule!

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:40
12 Referans Kwoze  

Ningamdabukisi uMoya oNgcwele kaNkulunkulu enabekwa uphawu ngaye kuze kube lusuku lokuhlengwa.


Kepha bahlubuka, badabukisa uMoya wakhe oNgcwele, waphenduka isitha sabo, walwa nabo.


Wayesethi: “Ake uzwe wena ndlu kaDavide! Kuncane kuwe ukukhathaza abantu, ukuze nimkhathaze noNkulunkulu wami futhi na?


ngokuba babephambene namazwi kaNkulunkulu, babesidelele isiluleko soPhezukonke.


Nokho baqhubeka benza ukona kuye, baphambana noPhezukonke ehlane.


UJehova wayesekhuluma kuMose, wathi: “Koze kube nini laba bantu bengidelela na? Koze kube nini bengakholwa yimi ngezibonakaliso zonke engizenzile phakathi kwabo na?


“Khumbula, ungakhohlwa ukuthi wamthukuthelisa uJehova uNkulunkulu wakho ehlane; kusukela osukwini owaphuma ngalo ezweni laseGibithe waze wafika kule ndawo nanizinge nihlubuka kuJehova.


Bangabi njengawoyise, isizukulwane esiphambeneyo nesihlubukayo, isizukulwane esingaqinisanga inhliziyo yaso, nesimoya waso wawungathembekile kuNkulunkulu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite