Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 78:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Waqhekeza amadwala ehlane, wabaphuzisa njengasotweni olujulileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Waqhekeza amadwala ehlane, wabaphuzisa benela, kungathi kuvela ekujuleni.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Waqhekeza amadwala ogwadule, wabaphuzisa njengotwa otwayo olukhulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 78:15
11 Referans Kwoze  

Wavula idwala, kwampompoza amanzi, agobhoza emahlane njengomfula.


UMose waphakamisa isandla sakhe, walishaya idwala kabili ngentonga yakhe, kwaphuma amanzi amaningi, inhlangano yaphuza kanye nezinkomo zayo.


Bheka, ngiyakuma phambi kwakho edwaleni laseHorebe; uzakushaya itshe, kuphume amanzi kulo, abantu baphuze.” Wenze njalo uMose emehlweni amalunga akwa-Israyeli.


bonke baphuza kuphuza kunye komoya; ngokuba baphuza edwaleni lomoya elabalandelayo. Idwala lelo lalinguKristu.


yena ophendula idwala libe yichibi lamanzi, insengetsha ibe ngumthombo wamanzi.


UMoya nomlobokazi bathi: “Woza!” Nozwayo makathi: “Woza!” Nowomileyo makeze; othandayo makathabathe amanzi okuphila ngesihle.


Wayesengikhombisa umfula wamanzi okuphila ucwebezela njengekristalu,* uvela esihlalweni sobukhosi sikaNkulunkulu neseWundlu.


Kabomanga lapho ebahola emahlane, wenza ukuba amanzi abagobhozele edwaleni; futhi waliqhekeza idwala, amanzi ampompoza.


Izilwane zasendle ziyakungidumisa, amakhanka nezintshe, ngokuba ngiveza amanzi ehlane nemifula kwahlongasibi ukuphuzisa abantu bami abakhethiweyo,


Ngiyakuvula imifula emadulini angenalutho nemithombo phakathi kwezigodi; ngiyakwenza ihlane libe yichibi lamanzi, nomhlabathi owomileyo ube yiziphethu zamanzi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite