AmaHubo 78:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Wazenza izimangaliso emehlweni awoyise ezweni laseGibithe endaweni yaseSowani. Gade chapit laIsiZulu 202012 Izimangaliso wazenza phambi koyisemkhulu eGibhithe, eZowani. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202412 Wenza izimangaliso emehlweni awoyise ezweni laseGibithe, endaweni yaseSowani. Gade chapit la |
UNkulunkulu wake walinga yini ukuhamba eyozithabathela isizwe phakathi kwesinye isizwe ngezilingo, nangezibonakaliso, nangezimangaliso, nangempi, nangesandla esinamandla, nangengalo eyeluliweyo, nangengebhe enkulu njengakho konke uJehova uNkulunkulu wenu anenzela khona eGibithe phambi kwamehlo enu, na?