Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 77:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 INkosi iyakulahla kuze kube phakade na? Ayisenakuphinda ibe nomusa na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 “Ngabe iNkosi iyokuyekelela kuze kube phakade na? Ayiyukuphinda yini ikwenzele umusa?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 INkosi izalahla kuze kube nininini? futhi ngeke yini athandeke kakhulu?

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 77:7
13 Referans Kwoze  

Jehova, wabusisa izwe lakho, wambuyisa uJakobe ekuthunjweni.


Koze kube nini uyakuzisitha, Jehova, nentukuthelo yakho ivutha njengomlilo, na?


Uyakusithukuthelela njalonjalo na? Uyakwelulela ulaka lwakho ezizukulwaneni ngezizukulwane na?


Kepha usumlahlile, wamala, wamthukuthelela ogcotshiweyo wakho.


Noma ekhubeka, akayikuwa phansi, ngokuba uJehova uphasa isandla sakhe.


Koze kube nini, Jehova, uthukuthele njalo, ukushisekela kwakho kuvutha njengomlilo, na?


Nkulunkulu, usilahleleni kuze kube phakade na? Intukuthelo yakho ithunqelelani izimvu zedlelo lakho na?


Nokho ususilahlile, wasijabhisa; awusaphumi nezimpi zethu.


Nikelani iminikelo yokulunga, nethembe uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite