AmaHubo 77:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE10 Ngase ngithi: “Yilokhu ukuhlupheka kwami, ngokuba isandla sokunene soPhezukonke siphendukile.” Gade chapit laIsiZulu 202010 Ngase ngithi: “Kungukuhlupheka kimi ukuthi isandla soPhezukonke sesiguqukile.” Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202410 Ngase ngithi: Lokhu kungubuthakathaka bami, kepha ngiyakukhumbula iminyaka yesandla sokunene soPhezukonke. Gade chapit la |
UNkulunkulu wake walinga yini ukuhamba eyozithabathela isizwe phakathi kwesinye isizwe ngezilingo, nangezibonakaliso, nangezimangaliso, nangempi, nangesandla esinamandla, nangengalo eyeluliweyo, nangengebhe enkulu njengakho konke uJehova uNkulunkulu wenu anenzela khona eGibithe phambi kwamehlo enu, na?