AmaHubo 76:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE12 Uyanquma umoya wezikhulu, wesabeka kuwo amakhosi omhlaba. Gade chapit laIsiZulu 202012 Unquma umoya wezikhulu, uyesabeka emakhosini omhlaba. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202412 Uyoqeda umoya wezikhulu; uyesabeka emakhosini omhlaba. Gade chapit la |
Kwathi onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani ayengaselwandle esezwa ukuthi uJehova womise amanzi aseJordani phambi kwabantwana bakwa-Israyeli saze sawela, izinhliziyo zabo zaphela amandla, kungabe kusaba khona sibindi ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.