Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 75:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Ngithe kwabazidlayo: “Ningazidli,” nakwababi: “Ningaphakamisi uphondo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Ngithe kwabazidlayo: “Ningazidli,” nakwababi: “Ningaziphakamisi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Ngathi kwabayiziwula: Ningabi-yiziwula nakwababi: Ningaluphakamisi uphondo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 75:4
12 Referans Kwoze  

Ngathi: “Laba bafike ukwenzani na?” Wakhuluma wathi: “Leziya ziyizimpondo ezazimhlakaza uJuda ngangokuba kungabangakho muntu ophakamisa ikhanda lakhe, kepha laba bafikile ukubashaya ngovalo, bawise phansi izimpondo zabezizwe ezaziphakamisa uphondo ngezwe lakwaJuda ukuba lihlakazwe.”


Qondani ukuhlakanipha nina eningenalwazi; nani ziwula, manibe nenhliziyo eqondileyo.


“Koze kube nini iziwula zithanda ubuwula, nezideleli zijabula ukudelela, neziwula zizonda ukwazi, na?


Usephakamisile uphondo lwabantu bakhe; ngalokho bayamdumisa abangcwele bakhe, abantwana bakwa-Israyeli, abantu abaseduze naye. Haleluya!


Qaphelani nina zithutha phakathi kwabantu; nani ziwula, niyakuqonda nini na?


Ngokuba wena uyinkazimulo yamandla abo; ngomusa wakho uphondo lwethu luyaphakama.


Yekani ubuwula, niphile, nihambe ngendlela yokuqonda.


Uyamvusa ompofu othulini, uyaphakamisa impabanga ezaleni, abahlalise nezikhulu, badle ifa lesihlalo sobukhosi, ngokuba izinsika zomhlaba zingezikaJehova; ubekile izwe phezu kwazo.


Kepha abalungileyo bayajabula; bayethaba phambi kukaNkulunkulu bethokoza nokuthokoza.


Izintaba zincibilika njengengcina phambi kukaJehova, phambi kweNkosi yomhlaba wonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite