Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 74:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ungawunikeli umphefumulo wejuba lakho esilwaneni; ungakhohlwa ukuphila kwezihlupheki zakho njalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Ungawunikeli umphefumulo wejuba lakho esilwaneni; ungakhohlwa ukuphila kwezihlupheki zakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Unganikeli umphefumulo wejuba lakho esixukwini sababi; ungakhohlwa umhlangano wabampofu bakho kuze kube phakade.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 74:19
12 Referans Kwoze  

Juba lami elisemifantwini yamadwala nasekusithekeni kweziwa, mangibone ubuso bakho, ngizwe izwi lakho, ngokuba izwi lakho limnandi, nobuso bakho buhle.


Bhekani, ngiyanithuma ninjengezimvu phakathi kwezimpisi; ngakho-ke hlakaniphani njengezinyoka, nibe mnene njengamajuba.


Ngokuba ompofu kayikukhohlakala njalo; ithemba labahluphekayo aliyikunyamalala kuze kube phakade.


Kepha ngiyakushiya phakathi kwakho abantu abahluphekayo nabampofu; bayakwethemba igama likaJehova.


“Ngobani laba abandiza njengefu, nanjengamajuba aya ezidlekeni zawo, na?


Bheka, umuhle, sithandwa sami! Bheka, umuhle! Unamehlo amajuba emva kwemvakazi yakho; izinwele zakho zinjengomhlambi wezimbuzi owehla entabeni yakwaGileyadi.


Iyakwahlulela isizwe sakho ngeqiniso nezihlupheki zakho ngemfanelo.


Nxa nilala phakathi kwezibaya, kunjengamaphiko ejuba asibekelwa ngesiliva, izimpaphe zamaphiko alo ngegolide elikhazimulayo.


Ibandla lakho lakha kulo; ngobuhle bakho wabalungisela abahluphekayo, Nkulunkulu.


Kepha ijuba lami, opheleleyo wami munye nje; ungoyedwa kunina, ungokhethiweyo wakhe owamzalayo. Amantombazana ayambona, athi ubusisiwe; amakhosikazi nezancinza bayamdumisa.


Vuka, Jehova! Nkulunkulu, phakamisa isandla sakho, ungakhohlwa abahluphekileyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite