Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 74:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 Usihoshelani isandla sakho, isandla sakho sokunene, na? Sihoshe esifubeni sakho, uzichithe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 Usigodleleni isandla sakho, isandla sakho sokunene na? Sikhiphe esifubeni sakho, uzibhubhise.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 Usihoshelani isandla sakho, yebo, isandla sakho sokunene? yikhiphe esifubeni sakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 74:11
5 Referans Kwoze  

Yanquma ngokufutheka kolaka lwayo zonke izimpondo zakwa-Israyeli, yabuyisela emuva isandla sayo sokunene ebusweni bezitha, yashisa uJakobe ngomlilo wamalangabi odla nxazonke.


Ungazibamba kukho konke lokhu, Jehova? Ungathula, uze usihluphe kangaka, na?


Vuka, Nkosi! Ulaleleni na? Vuka, ungasilahli njalonjalo.


Kwathi abantu bengena ekamu,* amalunga akwa-Israyeli athi: “UJehova usibulaleleni phambi kwamaFilisti na? Masithathe umphongolo wesivumelwano sikaJehova eShilo, siwulethe kithi, ufike phakathi kwethu, usisindise esandleni sezitha zethu.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite