Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 73:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bayaklolodela; ebubini bakhuluma ngokukhahla; bakhuluma besekuphakamemi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 Baklolodela abanye, bakhulume okubi, baziqhenye, bahlongoze ukubacindezela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Bakhohlakele futhi bakhuluma kabi ngosizi; bakhuluma ngokuzidla.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 73:8
16 Referans Kwoze  

Yilabo abakhononayo nabasolayo, behamba ngezinkanuko zabo, umlomo wabo ukhuluma uwangala, betusa ubuso ngenxa yenzuzo.


Bavalelwe ngamanoni abo, bakhuluma ngokuzidla ngomlomo wabo.


Ngokuqhosha komubi ompofu uyahlupheka; mababanjwe ngamacebo abawacebileyo.


Ngokuba bekhuluma udwadwa, amazwi ayize, babayenga ngezinkanuko zenyama nangamanyala labo abasaphephayo abahamba ngokuduka;


ikakhulu labo abahamba ngokwenyama enkanukweni yokuzingcolisa, bedelela ubukhosi; bengamaphikankani nabaziqhenyayo abesabi nokuhlambalaza abenkazimulo,


Bayabuyela, kepha hhayi kongaPhezulu, bafana nomnsalo ogejayo; izikhulu ziyakuwa ngenkemba ngenxa yolaka lolimi lwabo. Lokhu kuyakuba yinhlekiso yabo ezweni laseGibithe.


Kwakungekho mkhandi ezweni lonke lakwa-Israyeli, ngokuba amaFilisti athi: “Funa amaHeberu azenzele izinkemba nemikhonto.”


Isho kanje inkosi, ithi: ‘Maningakhohliswa nguHezekiya, ngokuba akayikuba namandla okunophula esandleni sami;


Nizikhulisile kimi ngomlomo wenu, nandisile amazwi enu kimi; mina ngiwezwile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite