Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 73:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Amehlo abo aphinqekile ngokunona; imicabango yenhliziyo iyachichima.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Amehlo abo aphinqekile ngukunona, imicabango yenhliziyo iyachichima.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Amehlo abo agqamile ngamanoni; banokuningi okukufiswa yinhliziyo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 73:7
12 Referans Kwoze  

Bakhuluphele, bayacwebezela; yebo, bayadlula ezintweni zobubi; abameli ukulunga, abameli izintandane ukuba zihlahlamele, nemfanelo yabampofu abayahluleli.


Bavalelwe ngamanoni abo, bakhuluma ngokuzidla ngomlomo wabo.


ngokuba wasibekela ubuso bakhe ngamafutha akhe, wenza umvingqi okhalweni lwakhe.


Bheka, laba bayibo ababi; bazinza njalo; bandisa imfuyo.


“ ‘Bheka, nakhu ukona kukadadewenu iSodoma; ukuzidla, nokusutha ukudla, nokuzinza okuthuleyo kwakukhona kulo nakuwo amadodakazi alo, kepha aliqinisanga isandla sabampofu nabaswelayo.


Ukukhetha kwabo ubuso kuyafakaza ngabo; benza izono zabo obala njengeSodoma, abazifihli. Maye kuyo imiphefumulo yabo! Ngokuba bazenzele okubi.


Inhliziyo yabo injengamafutha ingezwa lutho; kepha mina ngithokoza ngomthetho wakho.


nakubantu ngesandla sakho, Jehova, abantu baleli zwe abasabelo sabo sikulokhu kuphila, nabasisu sabo usigcwalisa ngengcebo yakho, nabashiyela izingane zabo okusele kubo.


U-Abigayili wafika kuNabali; bheka, wayenedili endlini yakhe, linjengedili lenkosi; inhliziyo kaNabali yayithokoza phakathi kwakhe, ngokuba wayephuze kakhulu; ngalokho akamtshelanga lutho oluncane nolukhulu kwaze kwaba sekuseni.


Kwakukhona umuntu eMahoni onemfuyo yakhe eKarmeli; lowo muntu wayemkhulu kakhulu, wayenezimvu eziyizinkulungwane ezintathu nezimbuzi eziyinkulungwane; wayezigunda izimvu zakhe eKarmeli.


Inkosi yathi kuHamani: “Isiliva liyanikwa wena, nesizwe futhi, ukuba wenze kuso okuhle emehlweni akho.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite