Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 73:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 ngaba yisiphukuphuku, angaqonda lutho; ngaba yisilwane kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 ngaba yisiphukuphuku, angaze ngazi lutho, ngaba yisilwane kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 Ngangiyisiwula futhi ngingenalwazi: Nganginjengesilwane phambi kwakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 73:22
9 Referans Kwoze  

Ngathi enhliziyweni yami: “Kungenxa yamadodana abantu ukuze uNkulunkulu awavivinye, wona azibonele ukuthi anjengezilwane nje.


Umuntu oyisilima angekucabange, nesiwula asikuboni.


Qha, uyakubona ukuthi abahlakaniphileyo bayafa nokuthi isiwula kanye nesiphukuphuku ziyabhubha, imfuyo yabo bayishiyele abanye.


Inkabi iyamazi umniniyo nembongolo umkhombe womnikaziyo; u-Israyeli akazi, isizwe sami asiqondi.”


“Impela ngiyisiwula kunabanye abantu, anginakuqonda komuntu.


Ningabi njengehhashi nembongolo engenangqondo; umkhala netomu yimvunulo yayo yokuyiqondisa, uma ingasondeli kuwe.


Nkulunkulu, wena uyabazi ubuwula bami, nezono zami azifihlakele kuwe.


Kungani ukuba sithiwe siyizilwane, singcolile emehlweni enu, na?


Noma ababi behluma njengotshani, nezigangi noma ziqhakaza zonke, kuyenzeka ukuba babhujiswe kuze kube phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite