Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 73:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 ngaze ngangena endlini engcwele kaNkulunkulu, ngaqaphelisisa ukugcina kwabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 ngaze ngangena endlini engcwele kaNkulunkulu, ngaqaphelisisa ukugcina kwabo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 ngaze ngangena endlini engcwele kaNkulunkulu; ngase ngiqonda isiphetho sabo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 73:17
12 Referans Kwoze  

“Kepha uNkulunkulu wathi kuye: ‘Wena siwula, ngalobu busuku umphefumulo wakho uzakubizwa kuwe; pho-ke, izinto ozilungisileyo ziyakuba ngezikabani na?’


Indlela yakho, Nkulunkulu, isebungcweleni; ngubani ongunkulunkulu omkhulu njengoNkulunkulu na?


Kunye engikucele kuJehova, ngiyakufuna khona: ukuba ngihlale endlini kaJehova izinsuku zonke zokuphila kwami ukubona ubuhle bukaJehova, ngibuke ithempeli lakhe.


Ubufakazi bakho buyintokozo yami, bungumluleki wami.


Kanjalo ngikubheka endlini engcwele, ngibone amandla akho nenkazimulo yakho.


Abaprofethi baprofetha amanga, abapristi babusa eceleni kwabo; abantu bami bayakuthanda kanjalo, kepha niyakwenze njani ekupheleni na?


Ukwambulwa kwamazwi akho kuyakhanyisa, yebo, kuyabaqondisa abangenalwazi.


Liyini ithemba longenaNkulunkulu, nxa enqunywa, lapho uNkulunkulu esusa umphefumulo wakhe, na?


Kepha wena Jehova uphakeme kuze kube phakade.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite