Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 73:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 ngokuba ngahlushwa usuku lonke; kwasa ngijeziswa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 ngokuba ngahlushwa usuku lonke, kwasa ngijeziswa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 Ngokuba ngihluphekile usuku lonke, ngijeziswa ekuseni njalo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 73:14
10 Referans Kwoze  

senikhohliwe umyalo okhuluma kinina njengakubantwana wokuthi: “Ndodana yami, ungadeleli ukulaya kweNkosi, uphele amandla, nxa usolwa yiyo,


Jehova, ubusisiwe lowo muntu omyalayo, omfundisayo ngomthetho wakho,


enithokoza ngakho, nokuba manje ngesikhashana, uma kudingeka, nidabukiswa ngezilingo eziyizinhlobonhlobo,


“Nginazile nina kuphela emindenini yonke yomhlaba; ngalokho ngiyakunihambela ngabo bonke ububi benu.”


Yini ukuba ubuhlungu bami bube khona njalonjalo, nesilonda sami singapholiswa, sala ukuphulukiswa, na? Impela uyakuba ngamanzi aphuthayo kimi, amanzi angathembekile, na?


Ziningi izinhlupheko zolungileyo, kepha uJehova uyamkhulula kuzo zonke.


Ubuyakuletha kimi ofakazi abasha, wandise intukuthelo yakho kimi, amabandla ngamabandla angisukele.


Kuhle yini kuwe ukuba ucindezele, ulahle umsebenzi wezandla zakho, ukhanye phezu kwamasu ababi, na?


nokuba umhambele ekuseni njalo, umhlole njalonjalo, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite