Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 71:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Nkulunkulu, ungifundisile kwasebusheni bami; ngizilandile izimangaliso zakho kuze kube manje.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Nkulunkulu, wangifundisa kwasebusheni bami, namanje ngisamemezela ngemisebenzi yakho emangalisayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 O Nkulunkulu, ungifundisile kwasebusheni bami, kuze kube manje ngimemezele izimangaliso zakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 71:17
11 Referans Kwoze  

Insizwa iyakuyihlanza kanjani indlela yayo na? Ngokuqaphela okwezwi lakho.


Ngokuba wena uyithemba lami, Nkosi Jehova, ithemba lami kwasebusheni bami.


Ezahlulelweni zakho angichezuki, ngokuba wena uyangifundisa.


Wozani nizwe nina nonke enesaba uNkulunkulu; ngizakulandisa akwenzele umphefumulo wami.


ukuba ngizwakalise izwi lokudumisa, ngilande ngazo zonke izimangaliso zakho.


UDavide waphendula oRekabi noBahana umfowabo amadodana kaRimoni waseBeyeroti, wathi kubo: “Kuphila kukaJehova ohlengile umphefumulo wami osizini lonke,


“Bhekani, nginifundisile izimiso nezahlulelo njengokungiyala kukaJehova uNkulunkulu wami ukuthi niyakwenza kanjalo phakathi kwezwe eningena kulo ukulidla.


Kepha mina kungilungele ukusondela kuNkulunkulu; ngenzile iNkosi uJehova ibe yisiphephelo sami, ukuze ngishumayele zonke izenzo zakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite