Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 70:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Abathi ashila, ashila mababuyele emuva ngenxa yokuhlazeka kwabo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Abathi: “Ashila, ashila!” mababuyele emuva ngenxa yehlazo labo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Mabaphendukele ihlazo labo abathi: Ashila, ashila!

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 70:3
10 Referans Kwoze  

Mabashaqeke ngenxa yehlazo labo abathi kimi: “Ashila, ashila!”


Lowo-ke wazuza insimu ngomvuzo wokungalungi, wawa ngekhanda, waqhuma phakathi, nezibilini zakhe zonke zachitheka;


“Ndodana yomuntu, ngenxa yokuba iTire lishilo ngeJerusalema ukuthi: ‘Ashila; laphukile ebe liyisango labantu; seliphendukele kimi; ngiyakugcwala lapho selichithekile,’


uthi kubantwana bakwa-Amoni: ‘Zwanini izwi leNkosi uJehova; isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngokuba wathi ashila ngendlu yami engcwele lapho yangcoliswa, nangezwe lapho lachithwa, nangendlu yakwaJuda lapho beya ekuthunjweni,


Mabangasho enhliziyweni yabo ukuthi: “He, kwaya ngesifiso sethu!” Mabangasho ukuthi: “Simgwinyile.”


Yebo, bangikhamisela kakhulu umlomo wabo, bathi: “Ashila, ashila, iso lethu liyabona!”


Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Ngokuba isitha sisho kuwe, sithi: “Ashila,” nokuthi: “Izindawo eziphakemeyo zamandulo seziyifa lethu,” ’


Abamelene nomphefumulo wami mabajabhe, baphele; abangifunela umonakalo mabembathe amahloni nenhlamba.


Ulimi lwami futhi luzakukhuluma lonke usuku ngokulunga; ngokuba badunyaziwe, bajabhisiwe abangifunela umonakalo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite