Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 7:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 ngisindise kubo bonke abangizingelayo, ungikhulule, bangaze bawudwengule umphefumulo wami njengengonyama eklebhula, kungekho okhululayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 funa bangidwengule njengengonyama, bangidweshule kungekho ongikhululayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Ukuze angadwenguli umphefumulo wami njengengonyama, awuklebhule, kungekho osindisayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 7:2
18 Referans Kwoze  

“Qaphelani lokho nina enikhohlwa uNkulunkulu, funa nginidwengule, kungabikho osindisayo.


Ngakhala kwaze kwaba sekuseni; njengengonyama uyaphula onke amathambo ami; kusukela emini kuze kube sebusuku uyangiqeda.


Qondani, nilinde. Isitha senu, uSathane, siyahamba njengebhubesi elibhodlayo sifuna esingamgwinya;


kodwa iNkosi yangimela, yangipha amandla ukuba intshumayelo ipheleliswe ngami, nabezizwe bonke bezwe; ngase ngikhululwa emlonyeni wengonyama.


Ukufutheka kwenkosi kunjengokubhonga kwengonyama, kepha isihhe sayo sinjengamazolo etshanini.


Kepha ekuweni kwami bahlekisa ngami, babuthana ndawonye; abashayi engingabaziyo bangibunganyela; badumaza bengayeki.


Zingikhamisele umlomo wazo njengengonyama edwengulayo nebhodlayo.


Unjengengonyama ehahela ukubamba, njengebhongo lengonyama elilele ezindaweni ezisithekileyo.


Endaweni esithekileyo uqamekela njengengonyama emphandwini wayo; uhlomele ukumbamba ohluphekileyo; uyambamba ohluphekileyo ngokumngenisa esihibeni sakhe.


noma ukwazi ukuthi angimubi nokuthi akakho ongophula esandleni sakho.


Incekukazi yakho yayinamadodana amabili; alwa odwa endle, akwabakho muntu wokulamula, kepha enye yashaya enye, yayibulala.


Kwakungekho owophulayo, ngokuba wawukude neSidoni; babengenandaba nabanye abantu; wawusesigodini esingaseBeti Rehobe. Bawakha umuzi, bahlala kuwo.


NgoGadi wathi: “Makabusiswe owandisa uGadi: uhlezi njengengonyamakazi, udwengula ingalo nokhakhayi.


Ngiyaphephela kuJehova; nisho kanjani kuwo umphefumulo wami ukuthi: “Balekela entabeni yenu njengenyoni, na?


Ngilondoloze, Nkulunkulu, ngokuba ngiyaphephela kuwe.


Beka kimi indlebe yakho, ungophule masinyane, ube yidwala eliqinileyo kimi, indlu yezinqaba yokungisindisa.


ngikhulule kwabenza okubi, ngisindise kubantu begazi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite