Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 7:11 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

11 UNkulunkulu ungumahluleli olungileyo; unguNkulunkulu othukuthela imihla yonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

11 UNkulunkulu ungumehluleli olungileyo, noNkulunkulu othukuthela nsuku zonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

11 UNkulunkulu uyahlulela olungileyo, futhi uNkulunkulu uthukuthelele ababi nsuku zonke.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 7:11
6 Referans Kwoze  

UJehova unguNkulunkulu oshisekelayo nophindiselayo; uJehova uyaphindisela, ugcwele ukufutheka; uJehova uphindisela kwabamelene naye, ugcinela izitha zakhe intukuthelo.


Ngubani ongema ebusweni bentukuthelo yakhe na? Ngubani ongema ekufuthekeni kolaka lwakhe na? Ukufutheka kwakhe kuthululiwe njengomlilo, namadwala ayaqhekezeka phambi kwakhe.


Ngokuba ukulunga kuyakubuyela ekwahluleleni, bonke abaqotho ngenhliziyo bakulandele.


UJehova uyahlulela izizwe; ngahlulele, Jehova, ngokulunga kwami nangobuqotho bami obukimi.


Izulu lishumayela ukulunga kwakhe, ngokuba uNkulunkulu ungumahluleli. Sela*


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite