Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 69:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 Amehlo abo mawafiphale, ukuze bangaboni; izinkalo zabo zintengezele njalo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 Amehlo abo mawanqundeke ukuze bangaboni, izinkalo zabo ziqhaqhazele njalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Amehlo abo mawabe mnyama, ukuze bangaboni; futhi wenze izinkalo zabo zithuthumele njalo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 69:23
12 Referans Kwoze  

Kwase kuguquka ukucwebezela kwayo, nemicabango yayo yayesabisa, zaxhega izinyonga zokhalo lwayo, namadolo ayo ashayana.


kufiphazwe amehlo abo ukuba angaboni, ugobe umhlane wabo njalo.”


Ake nibuze, nibone, uma owesilisa wake wabeletha na? Ngibonelani onke amadoda enezandla zawo ezinkalweni njengobelethayo, ubuso bonke buphaphathekile, na?


Kodwa ingqondo yabo yaba lukhuni. Ngokuba kuze kube sosukwini lwanamuhla, nxa kufundwa isivumelwano esidala, leyo ndwangu isahlezi ingambuliwe, ngokuba iyapheliswa kuKristu;


Ngokuba angithandi, bazalwane, ukuba ningayazi le mfihlakalo, funa nizishaye abahlakaniphileyo, ukuthi inxenye ka-Israyeli yehlelwe ngubulukhuni, kuze kungene abezizwe ngokupheleleyo;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite