Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Kepha abalungileyo bayajabula; bayethaba phambi kukaNkulunkulu bethokoza nokuthokoza.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Kepha abalungileyo mabajabule, bethabe phambi kukaNkulunkulu, bathokoze nokuthokoza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kodwa abalungileyo kathokoze; mabajabule phambi kukaNkulunkulu, yebo, mabajabule kakhulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:3
16 Referans Kwoze  

Olungileyo uyakujabula kuJehova, aphephele kuye; bonke abaqotho ngenhliziyo bayakuzibonga.


Masithokoze, sethabe, futhi masimnike inkazimulo, ngokuba umshado weWundlu ufikile, nomkalo uzilungisele;


Thokoza ngawo wena zulu, nani bangcwele, nani baphostoli, nani baprofethi; ngokuba uNkulunkulu uwahlulele, waniphindiselela kuwo.’ ”


Jabulani kuJehova nina balungileyo, nibonge igama lakhe elingcwele.


enimthanda ningambonanga, enithi ningamboni manje nikholwa nguye, nithokoza ngentokozo engakhulumekiyo netusekayo,


Olungileyo uyakujabula ngokuba ebona impindiselo; uyakugeza izinyawo zakhe egazini lababi,


ngize ngifike kulo i-altare likaNkulunkulu, kuNkulunkulu wenjabulo yokwethaba kwami, ngikudumise ngehabhu,* Nkulunkulu, Nkulunkulu wami.


Jehova, inkosi iyajabula ngamandla akho; iyethaba kangakanani ngensindiso yakho.


niyakwenama phambi kukaJehova uNkulunkulu wenu, nina namadodana enu, namadodakazi enu, nezinceku zenu, nezincekukazi zenu, nomLevi ophakathi kwamasango enu, lokhu engenasabelo nafa kini.


Jabulani kuJehova, nethabe nina balungileyo, nethabe nina nonke baqotho ngenhliziyo.


Ngokuba ababi bayakubhubha; izitha zikaJehova zinjengobuhle bamadlelo: ziyakunyamalala, zinyamalale njengentuthu.


Ngithe kwabazidlayo: “Ningazidli,” nakwababi: “Ningaphakamisi uphondo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite