Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 ukuba unyawo lwakho ulucwilise egazini, ulimi lwezinja zakho lube nesabelo salo ezitheni.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 ukuze ugeze izinyawo zakho egazini, nezilimi zezinja zakho zibe nesabelo ezitheni.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Ukuze unyawo lwakho lucwiliswe egazini lezitha zakho lolimi lwezinja zakho kulo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:23
7 Referans Kwoze  

Olungileyo uyakujabula ngokuba ebona impindiselo; uyakugeza izinyawo zakhe egazini lababi,


Uyakukhuluma kuye ngokuthi: ‘Usho kanje uJehova, uthi: Usubulele, wadla isizi na?’ Bese wukhuluma kuye ngokuthi: ‘Usho kanje uJehova, uthi: Endaweni lapho izinja zaxhapha khona igazi likaNaboti, izinja ziyakuxhapha negazi lakho, yebo, elakho.’ ”


Sebeyihlanza inqola echibini laseSamariya, izinja zaxhapha igazi lakhe, nezifebe zageza khona njengezwi likaJehova abelikhulumile.


Noma becasha esiqongweni saseKarmeli, ngiyakubafunisisa, ngibakhiphe khona; nakuba befihlekile emehlweni ami phakathi kolwandle, ngiyakuyala inyoka ukuba iphume khona, ibalume.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite