Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 68:22 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

22 INkosi yathi: “Ngiyakubabuyisa eBashani, ngibabuyise ekujuleni kolwandle

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

22 INkosi yathi: “Ngizobabuyisa bevela eBhashani, ngibabuyise bevela ekujuleni kolwandle,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

22 INkosi yathi: Ngizababuyisa eBashani, ngibuyise abantu bami ekujuleni kolwandle.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 68:22
11 Referans Kwoze  

Baphenduka, bakhuphuka ngendlela yaseBashani; u-Ogi inkosi yaseBashani waphuma, wabasukela, yena nabo bonke abantu bakhe, ukuyokulwa ngase-Edireyi.


“ ‘Ngiyakunithabatha ezizweni, nginibuthe emazweni onke, nginiyise ezweni lakini.


Isho kanje iNkosi uNkulunkulu, ithi: “Bheka, ngiyakuphakamisela izizwe izandla zami, ngimisele abantu ibhanela* lami; bayakuletha amadodana akho esifubeni sabo, namadodakazi akho ayakuthwalwa emahlombe.


Kepha abantwana bakwa-Israyeli bahamba emhlabathini owomileyo phakathi kolwandle; amanzi aba lugange kubo ngakwesokunene nangakwesokhohlo.


Abantwana bakwa-Israyeli bangena phakathi kolwandle emhlabathini owomileyo; amanzi aba lugange kubo ngakwesokunene nangakwesokhohlo.


Iyakwahlulela phakathi kwabezizwe, kugcwale izidumbu, ichoboze amakhanda ezizweni eziningi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite