Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 67:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Abantu mabakubonge, Nkulunkulu; mabakubonge abantu bonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Abantu mabakubonge, Nkulunkulu, ubongwe ngabantu bonke.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Izizwe mazikudumise, Nkulunkulu; bonke abantu mabakudumise.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 67:3
8 Referans Kwoze  

Ocindezelweyo makangabuyi ejabhile; ohluphekayo nompofu mababonge igama lakho.


Abantu mabakubonge, Nkulunkulu; mabakubonge abantu bonke.


Khipha umphefumulo wami etilongweni ukuba ngibonge igama lakho; abalungileyo bayakungizungeza, ngokuba uyakungiphatha kahle.


Umphefumulo wami mawuphile, ukudumise; izahlulelo zakho mazingisize.


Igama lakho ngiyakulenza likhunjulwe ezizukulwaneni zonke; ngakho-ke izizwe ziyakukubonga kuze kube phakade naphakade.


yebo, uthi: “Kuyinto elula ukuba ube yinceku yami ukuvusa izizwe zakwaJakobe, nokubuyisa abaseleyo bakwa-Israyeli; ngalokho ngiyakukubeka ube ngukukhanya kwabezizwe, ube yinsindiso yami kuze kube semkhawulweni womhlaba.”


Ngalokho bayakukhashelwa, bese yibuyela insali yabafowabo kubantwana bakwa-Israyeli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite