Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 66:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Ngempela uNkulunkulu uzwile, walalela izwi lomkhuleko wami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Impela uNkulunkulu uzwile, waqaphela izwi lomkhuleko wami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Kodwa ngempela, uNkulunkulu wangizwa; waliphendula izwi lomkhuleko wami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 66:19
7 Referans Kwoze  

owathi esenikele emihleni yenyama yakhe ngemikhuleko, nokunxusa, nokudazuluka okukhulu, nezinyembezi kuyena onamandla okumsindisa ekufeni, wezwiwa ngenxa yokumesaba uNkulunkulu.


Nasi isihlupheki esakhala, uJehova wezwa, wasikhulula kuzo zonke izinhlupheko zaso.


uJehova uzwile ukunxusa kwami, uJehova uyamukela umkhuleko wami.


UJehova wathi kuye: “Ngiwuzwile umkhuleko wakho nokunxusa kwakho onxuse ngakho phambi kwami; ngiyingcwelisile le ndlu oyakhileyo ukuba ngibeke khona igama lami kuze kube phakade; amehlo ami nenhliziyo yami kuyakuba khona izinsuku zonke.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite