Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 65:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Udumiso luhlalela wena Nkulunkulu eSiyoni, nesithembiso siyakugcwaliswa kuwe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Udumo lufanele Wena, Nkulunkulu, eZiyoni kuyofezeka isithembiso kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kumholi wokuhlabelela, ihubo nesihlabelelo sikaDavide. Indumiso ikuwe, Nkulunkulu, eSiyoni, sifezeke kuwe isithembiso.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 65:1
13 Referans Kwoze  

Umphefumulo wami uzithulele kuNkulunkulu kuphela; insindiso yami ivela kuye.


Thembisani, nigcwalise izithembiso kuJehova uNkulunkulu wenu. Bonke abamzungezileyo mabalethe izipho kuye owEsabekayo.


Mawuphakame, Jehova, emandleni akho; thina siyakuhlabelela, sidumise amandla akho.


Nkulunkulu, izithembiso zami kuwe ziphezu kwami; ngiyakunikela kuwe iminikelo yokubonga.


Itabernakele* lakhe liseSalema, nendlu yakhe iseSiyoni.


Kwathi lapho umphongolo wesivumelwano sikaJehova usungena emzini kaDavide, uMikhali indodakazi kaSawule walunguza efasiteleni, wabona inkosi uDavide isina, idlala; wayidelela enhliziyweni yakhe.


UDavide wahlala enqabeni; ngalokho bayibiza ngokuthi umuzi kaDavide.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite