Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 59:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Ngikhulule ezitheni zami, Nkulunkulu wami, ngivikele kwabangivukelayo;

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Nkulunkulu wami, ngikhulule ezitheni zami, ungivikele kwabangivukelayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kumholi wokuhlabelela, u-Altaskiti, uMikitamu kaDavide, ekuthumeleni kukaSawule, bayilinda indlu ukuba bambulale. Ngikhulule ezitheni zami, Nkulunkulu wami, ngivikele kwabangivukelayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 59:1
16 Referans Kwoze  

ongikhululile ezitheni zami, yebo, ongiphakamisile phezu kwabangivukelayo, wangikhulula kumuntu oyisidlwangudlwangu.


Yiba nomusa kimi, Nkulunkulu; yiba nomusa kimi. Ngokuba umphefumulo wami uphephela kuwe; ngifuna ukukhosela ethunzini lamaphiko akho, zize zidlule izinhlupheko.


yena uyakuhlala ekuphakameni, izinqaba zamadwala zibe yisivikelo sakhe, aphiwe isinkwa sakhe, amanzi akhe athembeke.


Ngikhulule ezitheni zami; Jehova, ngicashe kuwe.


Nkulunkulu wami, ngikhulule esandleni somubi, esandleni songalungile nesonakeleyo.


Zinqume izitha zami ngomusa wakho, ubabhubhise bonke abahlupha umphefumulo wami, ngokuba ngiyinceku yakho.


Ngenxa yokuba enamathele kimi, ngakho ngiyamkhulula; ngiyamphakamisa ngokuba elazi igama lami.


UJehova makakuphendule ngosuku lokuhlupheka; igama likaNkulunkulu kaJakobe malikuvikele.


“Ngenxa yokubandezeka kwabahluphekileyo nangokububula kwabampofu ngizakuvuka kalokhu,” usho uJehova, “ngimbeke ekusindisweni akulangazelelayo.”


Imbala nikhuluma ukulunga ngokuthula na? Madodana abantu, nahlulela ngobuqotho na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite