Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 58:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Mabaphele njengamanzi agobhozayo; nxa ekhomba ngemicibisholo yakhe, mayibe sengathi iqundekile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Mabahwamuke njengamanzi achithekayo; lapho ekhomba ngemicibisholo yakhe, mayibe sengathi inqundekile.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Mabancibilike njengamanzi agelezayo; lapho ewunsala umnsalo wakhe ukucibishela imicibisholo yakhe, mayinqunywe njengezicucu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 58:7
11 Referans Kwoze  

Omubi uyakukubona, acunuke, agedle amazinyo akhe, abesephela; isifiso sababi siyakubhubha.


Amadoda ase-Ayi abulala abantu abangamashumi amathathu nesithupha, abaxosha esuka phambi kwesango aze afika eShebarimi, ababulala emthambekeni; izinhliziyo zabantu zaphela amandla, zaba njengamanzi.


Ngalokho izandla zonke ziyadangala, nezinhliziyo zonke ziyaphela amandla.


abalola ulimi lwabo njengenkemba, bakhombe imicibisholo yabo engamazwi ababayo


Khona aphaphatheka amakhosi akwa-Edomi; izikhulu zakwaMowabi zabanjwa yitwetwe; bonke abakhe eKhanani baphelile amandla.


Ngichithiwe njengamanzi; onke amathambo ami enyele; inhliziyo yami injengengcina, incibilikile phakathi kwezibilini zami.


naye onesibindi, onhliziyo yakhe injengenhliziyo yengonyama, uyakuphela amandla, ngokuba wonke u-Israyeli uyazi ukuthi uyihlo uyiqhawe, nabanaye bangamadoda anamandla.


Ukubhonga kwengonyama nezwi lebhubesi kuyaphela, namazinyo amabhongo ayaphuka.


Insindiso ingekaJehova; isibusiso sakho masibe kubantu bakho. Sela*


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite