Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 56:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Mhla ngesabayo ngiyakwethemba wena.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Mhla ngesabayo ngiyokwethembela kuwe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Kungakhathaliseki ukuthi ngesaba kangakanani, ngizothembela Kuwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 56:3
9 Referans Kwoze  

Ngamfuna uJehova, wangiphendula; wangikhulula kulo lonke uvalo lwami.


UDavide wayehlupheka kakhulu, ngokuba abantu bekhuluma ngokumkhanda ngamatshe, lokhu izinhliziyo zabo bonke abantu zazinomunyu, kwaba yilowo nalowo ngenxa yamadodana akhe namadodakazi akhe; kepha uDavide waziqinisa kuJehova uNkulunkulu wakhe.


UJehoshafati wayeseshaywa luvalo, wabhekisa ubuso bakhe ukumfuna uJehova, wamemezela ukuzila ukudla kulo lonke lwakwaJuda.


Ngiyaphephela kuJehova; nisho kanjani kuwo umphefumulo wami ukuthi: “Balekela entabeni yenu njengenyoni, na?


UDavide wabeka lawo mazwi enhliziyweni yakhe, wamesaba kakhulu u-Akhishi inkosi yaseGati.


Wayesesuka uDavide, wabaleka ngalolo suku ngokwesaba uSawule, waya ku-Akhishi inkosi yaseGati.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite