AmaHubo 56:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE1 Yiba nomusa kimi, Nkulunkulu, ngokuba abantu bafuna ukungigwinya; usuku lonke bayangicindezela belwa. Gade chapit laIsiZulu 20201 Nkulunkulu, yiba nomusa kimi, ngokuba abantu bafuna ukungenzakalisa. Bangilwisa usuku lonke, bayangicindezela. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20241 Kumholi wokuhlabelela ngoJonathelemrekhokimi, uMiktamu kaDavide, lapho amaFilisti emthatha eGati. Ngihawukele, Nkulunkulu, ngokuba umuntu angangidla; olwa imihla ngemihla uyangicindezela. Gade chapit la |