Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 55:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 Inhliziyo yami iyathuthumela phakathi kwami; amavuso okufa angehlele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 Inhliziyo yami iyathuthumela ngaphakathi, ukwesaba ukufa kungehlele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 Inhliziyo yami ibuhlungu phakathi kwami, lezivalo zokufa zingehlele.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 55:4
14 Referans Kwoze  

Izintambo zokufa zangizungeza, nobuhlungu bendawo yabafileyo bangibamba; ngafumana ukuhlupheka nosizi.


owathi esenikele emihleni yenyama yakhe ngemikhuleko, nokunxusa, nokudazuluka okukhulu, nezinyembezi kuyena onamandla okumsindisa ekufeni, wezwiwa ngenxa yokumesaba uNkulunkulu.


Ngokuba umphefumulo wami ugcwele izinsizi, ukuphila kwami kusondele endaweni yabafileyo.


Ukuthukwa kuyaphulile inhliziyo yami, ngigula kakhulu; bengibheka ukuhawukelwa, kepha akwabakho, nabaduduzayo, kepha angibatholanga.


nomphefumulo wami uyathuthumela, kepha wena Jehova, koze kube nini na?


“Kalokhu umphefumulo wami ulusizi, ngizakuthini na? Baba, ngisindise kulo mzuzu. Kodwa ngenxa yalokhu ngize kulo mzuzu.


UShimeyi washo kanje ekuthukeni kwakhe, wathi: “Suka, suka wena muntu wegazi, muntu omubi!


Kunjengokuphohlozwa kwamathambo ami, nxa izitha zami zingiklolodela, zithi kimi usuku lonke: “Uphi uNkulunkulu wakho na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite