Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 55:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Uyawuhlenga umphefumulo wami ngokuthula, bangasondeli kimi, ngokuba baningi abamelene nami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Uyakuwukhulula umphefumulo wami ngokuthula, empini engibhekene nayo, ngokuba baningi abamelene nami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Wawusindisa umphefumulo wami ngokuthula ekulweni kwami, ngokuba babebaningi ababe nami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 55:18
14 Referans Kwoze  

Uyakuthumela esezulwini, angisindise mhla ofuna ukungigwinya ekloloda. Sela* UNkulunkulu uyakuthuma umusa wakhe neqiniso lakhe.


NingabakaNkulunkulu nina bantwanyana, nibahlulile, ngokuba lowo okini mkhulu kunaye osezweni.


Ingabe uthi ngingecele kuBaba angithumele manje amalegiyona* ezingelosi adlula ishumi nambili na?


Izitha zami zifuna ukungigwinya usuku lonke; ngokuba baningi abalwa nami ngokuzidla.


Wathi: “Ungesabi, ngokuba abanathi baningi kunabanabo.”


UDavide wakhuluma kuJehova amazwi aleli hubo mhla uJehova emophula esandleni sezitha zakhe zonke nasesandleni sikaSawule,


Wayesememeza u-Ahimahasi, wathi enkosini: “Bayede!” Wakhothama phambi kwenkosi ebhekise phansi ubuso bakhe, wathi: “Makabongwe uJehova uNkulunkulu wakho, onikele abantu abaphakamisela isandla sabo enkosini yami, inkosi.”


Yizwa ukulunga, Jehova, ulalele ukukhala kwami, ubeke indlebe emkhulekweni wami ophuma ezindebeni ezingenankohliso.


Wezwa izwi lami; ungasithezi indlebe yakho lapho ngikhalela ukusizwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite