Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 54:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngizakunikela kuwe ngesihle; ngizakulibonga igama lakho, Jehova, ngokuba lihle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngizonikela kuwe ngenkululeko, ngibonge igama lakho Simakade, ngokuba lihle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Ngifuna ukunikela kuwe ngokuzithandela; ngiyakulibonga igama lakho, Jehova; ngoba kuhle.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 54:6
14 Referans Kwoze  

Ngizakukudumisa kuze kube phakade, ngokuba ukwenzile; ngizakulindela igama lakho, ngokuba lihle phambi kwabangcwele bakho.


Haleluya! Ngokuba kuhle ukuhlabelela kuNkulunkulu wethu, yebo, kumnandi; ukudumisa kufanele.


Ngizakumbonga uJehova ngokokulunga kwakhe, ngihubele igama likaJehova oPhezukonke.


Impela abalungileyo bayakubonga igama lakho; abaqotho bayakuhlala ebusweni bakho.


Mabanikele iminikelo yokubonga, balande imisebenzi yakhe ngokwethaba.


Ngiyakunikela kuwe umnikelo wokubonga, ngibize igama likaJehova.


Kuhle ukumbonga uJehova nokuhubela igama lakho wena oPhezukonke;


Mawuphakame, Jehova, emandleni akho; thina siyakuhlabelela, sidumise amandla akho.


Nikela kuNkulunkulu umnikelo wokubonga, uzigcwalise izithembiso zakho koPhezukonke;


UJehova ungakimi ekanye nabangisizayo; ngalokho ngiyakubabuka bephansi abangizondayo.


Ngokuba iNkosi uJehova iyakungisiza; ngalokho angijabhanga, ngalokho ngibumisile ubuso bami njengensengetsha; ngiyazi ukuthi angiyikujabha.


Bheka, iNkosi uJehova iyakungisiza; ngubani oyakungilahla na? Bheka, bonke bayakuguga njengengubo, badliwe njengezinundu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite