Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 52:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Ngizakukudumisa kuze kube phakade, ngokuba ukwenzile; ngizakulindela igama lakho, ngokuba lihle phambi kwabangcwele bakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Ngizokudumisa kuze kube phakade, ngokuba ukwenzile lokho. Ngizolindela igama lakho, ngokuba lihle phambi kwabathembekile bakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Ngiyakukubonga kuze kube phakade, ngokuba ukwenzile lokho; futhi ngizolindela iGama lakho; ngoba kuhle phambi kwabangcwele bakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 52:9
17 Referans Kwoze  

Kepha mina kungilungele ukusondela kuNkulunkulu; ngenzile iNkosi uJehova ibe yisiphephelo sami, ukuze ngishumayele zonke izenzo zakho.


Ngizakunikela kuwe ngesihle; ngizakulibonga igama lakho, Jehova, ngokuba lihle.


Mphefumulo wami, zithulisele kuNkulunkulu kuphela, ngokuba ithemba lami livela kuye.


Umphefumulo wami uzithulele kuNkulunkulu kuphela; insindiso yami ivela kuye.


Igama likaJehova lingumbhoshongo onamandla; olungileyo ugijimela kuwo, alondeke.


Bengilindela uJehova; wayesezikhothamisela kimi, wezwa ukukhala kwami.


Lindela uJehova, uqine, inhliziyo yakho ime isibindi; yebo, lindela uJehova.


Ngisaphila ngiyakumdumisa uJehova, ngihube kuNkulunkulu wami ngisekhona.


ukuze umphefumulo wami ukudumise, ungathuli; Jehova Nkulunkulu wami, ngizakukubonga kuze kube phakade.


UHamani wabalandisa udumo lwengcebo yakhe, nobuningi babantwana bakhe, nakho konke inkosi emkhulisile kukho, nalokho emphakamisile kukho phezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite