Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 49:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Umuntu angemhlenge umfowabo, angemnike uNkulunkulu ihlawulo ngaye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Impela umuntu angemhlenge umfowabo, noma amhlawulele kuNkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Akekho kubo ongahlenga umfowabo nhlobo futhi angamniki uNkulunkulu isihlengo ngaye.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 49:7
10 Referans Kwoze  

Ngokuba kuyakumsizani umuntu, uma ezuza izwe lonke, onakalelwe ukuphila kwakhe, na? Yingabe uyakukhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?


“Kepha ezihlakaniphileyo zaphendula zathi: ‘Qha, funa angasaneli thina nani. Okungcono hambani niye kwabathengisayo, nizithengele.’


njengalokho iNdodana yomuntu ingezelanga ukukhonzwa kepha ukukhonza nokunikela ukuphila kwayo, kube yisihlengo sabaningi.”


nazi ukuthi anihlengwanga ekuhambeni kwenu okuyize enakunikezwa ngawoyihlo ngezinto ezibhubhayo, isiliva negolide,


owazinikela abe yinhlawulo yabo bonke, kube ngubufakazi besikhathi esiyiso,


UHamani wabalandisa udumo lwengcebo yakhe, nobuningi babantwana bakhe, nakho konke inkosi emkhulisile kukho, nalokho emphakamisile kukho phezu kwezikhulu nezinceku zenkosi.


Imfuyo yesicebi ingumuzi waso onamandla; injengogange oluphakemeyo emicabangweni yaso.


Khuluma! “Usho kanje uJehova, uthi: “ ‘Izidumbu zabantu ziyakuwa njengomquba endle, nanjengesithonto emva komvuni, kungekho okubuthayo.’ ”


“Kepha mina nginguJehova uNkulunkulu wakho kwasezweni laseGibithe; ngisezakukuhlalisa ematendeni njengasezinsukwini zemikhosi emisiweyo.


Yingabe angakhiphani umuntu, kube yisihlengo sokuphila kwakhe, na?


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite