Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 49:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 nokho uyakuya esizukulwaneni sawoyise; abayikukubona ukukhanya naphakade.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 nokho uyakuya esizukulwaneni sokhokho bakhe, abayukukubona ukukhanya naphakade.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Uyakuya esizukulwaneni soyise; abasoze bakubona ukukhanya kwemini.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 49:19
11 Referans Kwoze  

ukuba abuyise umphefumulo wakhe egodini, akhanyiselwe ngokukhanya kwabaphilayo.


Ngokuba uwukhululile umphefumulo wami ekufeni nezinyawo zami ekuweni, ukuze ngihambe ebusweni bukaNkulunkulu ekukhanyeni kwabaphilayo.


Kepha wena uyakuya koyihlo ngokuthula, umbelwe usumdala.


bangamaza adlangalalayo olwandle, ekhephuza amahlazo awo, izinkanyezi ezidukayo ezigcinelwe ubumnyama bobumnyama baphakade.


“Kepha uNkulunkulu wathi kuye: ‘Wena siwula, ngalobu busuku umphefumulo wakho uzakubizwa kuwe; pho-ke, izinto ozilungisileyo ziyakuba ngezikabani na?’


“Khona inkosi yathi ezincekwini: ‘Mbopheni izinyawo nezandla, nimphonse ebumnyameni obungaphandle; lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo.’


kodwa abantwana bombuso bayakukhishelwa ebumnyameni obungaphandle; lapho kuyakuba khona ukukhala nokugedla amazinyo.”


uthuli lubuyele emhlabathini, njengokuba lwalunjalo, umoya ubuyele kuNkulunkulu owawunikayo.


Ngubani owaziyo ukuthi umoya wamadodana abantu ukhuphukela phezulu, nomoya wezilwane ukuthi wehlela phansi emhlabathini, na?”


UBahasha wayeselala koyise, wembelwa eTirisa; u-Ela indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite