Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 49:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Noma ebusisa umphefumulo wakhe esaphila, futhi abantu bekudumisa, ngokuba uzondle kahle,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Noma engawubusisa umphefumulo wakhe esaphila, futhi abantu bamtuse, ngokuba uzenzele kahle,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Ngisho noma wawubusisa umphefumulo wakhe esaphila, futhi abantu bayokudumisa uma wenza okuhle kuwe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 49:18
10 Referans Kwoze  

Bese ngithi kuwo umphefumulo wami: Mphefumulo, unempahla eningi ebekelelwe iminyaka emmingi; phumula, udle, uphuze, ujabule.’


kuze kuthi, lapho ezwa amazwi alesi sifungo, azibusise enhliziyweni yakhe ngokuthi: ‘Ngiyakuba nokuthula, noma ngihamba ngenkani yenhliziyo yami,’ ukuze kuqedwe okuswakemeyo kanye nokomileyo,


Ngokuba omubi uyazigabisa ngokufisa komphefumulo wakhe, nohulazayo uyamvalelisa, amdelele uJehova.


U-Efrayimi uthi: “Impela ngicebile, ngithole imfuyo; kukho konke ukuzuza kwami abayikufumana bubi obuyisono.”


Zonke izinceku zenkosi ezazisesangweni lenkosi zakhothama, zakhuleka kuHamani, ngokuba inkosi iyale kanjalo ngaye. Kepha uMoridekayi akakhothamanga, kakhulekanga kuye.


nithi kumfowethu: ‘Ukuthula makube kuwe, ukuthula nakube kuyo indlu yakho, ukuthula makube kukho konke onakho.


noma kanye nezikhulu ezinegolide ezazigcwalisa izindlu zazo ngesiliva,


futhi uma ingcebo ichithwa ngengozi embi, indodana ayizalileyo ayinalutho esandleni sayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite