Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 49:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kepha umuntu, nokuba enodumo, akayikuma; ufana nezilwane ezibhubhayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Kepha umuntu, nakuba enodumo, akayukuhlala angafi, ufana nezilwane ezibhubhayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kodwa umuntu ohloniphekayo kahlali; ufana nezilwane ezibhubhayo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 49:12
8 Referans Kwoze  

Umuntu onodumo engenakuqonda unjengezilwane ezibhubhayo.


Kanti nokho niyakufa njengabantu nje, niwe njengesinye sezikhulu.


Bheka, izinsuku zami wazenza zaba ngangobubanzi besandla; imihla yokuphila kwami ayilutho kuwe; impela yilowo nalowo muntu ungumoya nje, noma eqine kangakanani. Sela*


Ngokuba umuntu akasazi isikhathi sakhe; njengezinhlanzi ezibanjwa enetheni elibi nezinyoni ezibanjwa ogibeni, kanjalo amadodana abantu abekelwa isihibe ngesikhathi esibi, lapho siwehlela ngokuzumayo.


ngokuba, “Yonke inyama injengotshani, nobukhosi bayo bonke bunjengembali yotshani; utshani buyabuna, nembali iyavuthuluka, kepha izwi leNkosi limi kuze kube phakade.”


UKayini wamazi umkakhe; wakhulelwa, wazala u-Enoke. Wakha umuzi, wawuqamba igama lokuthi u-Enoke ngegama lendodana yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite