Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 49:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Qha, uyakubona ukuthi abahlakaniphileyo bayafa nokuthi isiwula kanye nesiphukuphuku ziyabhubha, imfuyo yabo bayishiyele abanye.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Qha, uyabona ukuthi abahlakaniphileyo bayafa, nokuthi isiwula nesiphukuphuku siyabhubha; umcebo wabo bawushiyele abanye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Ngoba uyabona ukuthi abahlakaniphileyo bayafa, kanjalo isiphukuphuku nodelela bayabhubha, bashiyele abanye ingcebo yabo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 49:10
21 Referans Kwoze  

“Kepha uNkulunkulu wathi kuye: ‘Wena siwula, ngalobu busuku umphefumulo wakho uzakubizwa kuwe; pho-ke, izinto ozilungisileyo ziyakuba ngezikabani na?’


“Impela umuntu uhamba njengesithunzi nje; impela uzikhathaza ngokuyize nje; unqwabela imfuyo, kepha akazi ukuthi ngubani ozakuyibutha.


Futhi njengalokhu kumiselwe abantu ukuba bafe kanye, emva kwalokhu ukwahlulelwa,


Bayiziphukuphuku, bayiziwula bonke; ngukulaya kwezithombe; kungumuthi nje,


“Impela ngiyisiwula kunabanye abantu, anginakuqonda komuntu.


Qaphelani nina zithutha phakathi kwabantu; nani ziwula, niyakuqonda nini na?


ngaba yisiphukuphuku, angaqonda lutho; ngaba yisilwane kuwe.


Ngokuba ekufeni kwakhe akayikuphatha lutho; ubukhosi bakhe abuyikwehla naye.


Intendele efukamela ingazalanga, unjalo owenza ingcebo ngokungalungi; iyakumshiya phakathi nezinsuku zakhe, abe yisiwula ngasekugcineni.


Ngokuba umuntu omuhle kuNkulunkulu uyamnika ukuhlakanipha, nokwazi, nentokozo, kepha isoni usinika usizi lokuba sibuthe, siqongelele, ukuze simnike yena omuhle kuNkulunkulu. Nalokho kuyize nokufuna umoya.


Othanda ukulaywa uthanda ukwazi; ozonda ukusolwa uyisiwula.


Ingcebo ayisizi ngosuku lolaka, kepha ukulunga kophula ekufeni.


nakubantu ngesandla sakho, Jehova, abantu baleli zwe abasabelo sabo sikulokhu kuphila, nabasisu sabo usigcwalisa ngengcebo yakho, nabashiyela izingane zabo okusele kubo.


Nkosi, uphi umusa wakho wakuqala owawufungela kuDavide ngokuthembeka kwakho na?


Umqhele wabahlakaniphileyo uyingcebo yabo, umgexo weziwula ungubuwula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite