Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 48:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ehlelwa lapho ngukuthuthumela, yivuso njengakobelethayo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 akhungathwa yingebhe lapho nemihelo, njengokowesifazane otetayo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Bafikelwa ukwesaba nobuhlungu obunjengobobeletha.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 48:6
7 Referans Kwoze  

Imihelo yobelethayo iyakumehlela; uyindodana engahlakaniphile, ngokuba kuyisikhathi sokuba angemi lapho kuqhamuka abantwana.


Kwase kuguquka ukucwebezela kwayo, nemicabango yayo yayesabisa, zaxhega izinyonga zokhalo lwayo, namadolo ayo ashayana.


Ngalokho ukhalo lwami lugcwele imihelo; inkwantshu ingibambile njengenkwantshu yobelethayo; ngikhonkobele ukuba ngingezwa, ngiphele amandla ukuba ngingaboni.


Ayesesuka, abaleka kuhwelela, ashiya amatende awo, namahhashi awo, nezimbongolo zawo, nekamu* linjengalokhu linjalo, abaleka ukuba asinde.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite