Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 45:5 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

5 Imicibisholo yakho ibukhali, izizwe ziyawa phansi kwakho; isenhliziyweni yezitha zenkosi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

5 Imicibisholo yakho icijile, ingena enhliziyweni yezitha zenkosi, izizwe ziwa phansi kwakho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

5 Imicibisholo yakho ibukhali enhliziyweni yezitha zenkosi; abantu abawela ngakho phansi kwakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 45:5
18 Referans Kwoze  

Ngokuba uyakubafulathelisa; ngosinga lomnsalo wakho uyakukhomba ebusweni babo.


Ngokuba imicibisholo yakho ingihlabile; isandla sakho singicindezele kanzima.


“UNkulunkulu wamkhipha eGibithe; unjengezimpondo zenyathi kubo; uyakuqeda izizwe, izitha zakhe, aphule amathambo azo, azigwaze ngemicibisholo yakhe.


Imikhawulo yonke yomhlaba iyakukhumbula, iphendukele kuJehova, nezizukulwane zonke zezizwe ziyakukhuleka ebusweni bakho.


Izwi likaNkulunkulu landa, umumo wabafundi wakhula eJerusalema, nesixuku esikhulu sabapristi salalela inkolo.


Kepha abaningi kwabezwayo izwi bakholwa; umumo wamadoda waba kungathi izinkulungwane eziyisihlanu.


Kwathi bekuzwa lokho, bahlabeka ezinhliziyweni, bamgugudela amazinyo.


Bona sebezwile bathukuthela, bafuna ukubabulala.


benezelwa kakhulu abakholwa yiNkosi, abaningi nabesilisa nabesifazane,


Ngakho abalamukeleyo izwi lakhe babhapathizwa, kwenezelwa ngalowo muhla abantu kungathi izinkulungwane ezintathu.


Sebekuzwa bahlabeka enhliziyweni, bathi kuPetru nakwabanye abaphostoli: “Madoda, bazalwane, siyakwenze njani na?”


Ezinsukwini zalo uJuda uyakusindiswa, u-Israyeli ahlale elondekile; nanti igama eliyakubizwa ngalo lokuthi: UJEHOVA UNGUKULUNGA KWETHU.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite