Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 45:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Indodakazi yaseTire, yebo, nabacebileyo babantu bancenga umusa wakho ngesipho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Indodakazi yaseThire nabantu abacebileyo bancenga umusa wakho ngesipho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Indodakazi yaseThire iyoba lapho nesipho; nabacebileyo phakathi kwezizwe bayakucela umusa wakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 45:12
12 Referans Kwoze  

Bonke abacebileyo bomhlaba bayakudla, bakhuleke; bonke abehlela othulini bayakukhothama phambi kwakhe, naye ongenakugcina umphefumulo wakhe ekuphileni.


Amakhosi ayakuba ngabazanyana bakho, namakhosikazi awo ayakuba ngabancelisi bakho; bayakukukhothamela ubuso bubheke phansi, bakhothe uthuli lwezinyawo zakho; uyakwazi ukuthi nginguJehova, abethemba kimi abayikujabha.”


Izizwe ziyakuhamba ekukhanyeni kwakho, namakhosi ekukhazimuleni kokuphuma kwakho.


Amakhosi aseTharishishi naweseziqhingini ayakuletha izipho; amakhosi aseSheba naseSeba ayakwethula izipho.


Zase zingena endlini, zabona umntwana noMariya unina, zawa phansi, zakhuleka kuye, zavula amagugu azo, zamkhunga ngezipho: igolide namakha nenhlaka.


Ngenxa yethempeli lakho eJerusalema amakhosi ayakukulethela izipho.


Juba lami elisemifantwini yamadwala nasekusithekeni kweziwa, mangibone ubuso bakho, ngizwe izwi lakho, ngokuba izwi lakho limnandi, nobuso bakho buhle.


Woza wena othandiweyo wami, siye endle, silale emizaneni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite