Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 44:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Nokho ususilahlile, wasijabhisa; awusaphumi nezimpi zethu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Nokho usilahlile, wasijabhisa, futhi awusaphumi nezimpi zethu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kodwa usilahlile, wasihlazisa; futhi ungaphumi namabutho ethu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 44:9
13 Referans Kwoze  

Nkulunkulu, usilahleleni kuze kube phakade na? Intukuthelo yakho ithunqelelani izimvu zedlelo lakho na?


Akusiwena Nkulunkulu osilahlileyo na? Nkulunkulu, awusaphumi nezimpi zethu.


Akusiwena Nkulunkulu osilahlileyo na? Nkulunkulu, awusaphumi nezimpi zethu.


Nkulunkulu usilahlile, usichithile; mawubuye usilulamise.


Ngokuba wena Nkulunkulu uyisiphephelo sami; ungilahleleni na? Ngihambelani ngilila, ngicindezelwe yisitha, na?


Jehova, ulahlelani umphefumulo wami, ungifihlelelani ubuso bakho na?


Usho kanje uJehova, uthi: “Ohlakaniphileyo makangazibongi ngokuhlakanipha kwakhe, neqhawe malingazibongi ngobuqhawe balo, nocebileyo makangazibongi ngengcebo yakhe,


kepha ozibongayo makazibonge ngalokhu ukuthi uyangiqonda, angazi ukuthi nginguJehova owenza umusa nokwahlulela nokulunga emhlabeni, ngokuba ngiyathokoza ngokunjalo,” usho uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite