Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 44:20 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

20 Uma ngabe sikhohliwe igama likaNkulunkulu wethu, sazelulela izandla zethu kunkulunkulu mumbe,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

20 Uma singakhohlwa yigama likaNkulunkulu wethu, noma izandla zethu sizivulele unkulunkulu ongaziwa,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

20 Uma sikhohliwe iGama likaNkulunkulu wethu, noma selulele izandla zethu kunkulunkulu wezizweni;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 44:20
11 Referans Kwoze  

Makungabikho kuwe unkulunkulu omunye, ungakhuleki kunkulunkulu wabezizwe.


“Uma ulungisa inhliziyo yakho, welulele izandla zakho kuye;


Izikhulu ziyakuvela eGibithe; amaKushe ayakwelulela ngokushesha izandla zawo kuNkulunkulu.


Aniyikulandela abanye onkulunkulu, onkulunkulu babantu abanizungezayo


bakhohlwa imisebenzi yakhe nezimangaliso zakhe abebabonisile zona.


Konke lokho kusehlele, kodwa asikukhohlwanga wena; asisaphulanga isivumelwano sakho.


USolomoni wema phambi kwe-altare likaJehova ebusweni balo lonke ibandla lakwa-Israyeli, welulela izandla zakhe ngasezulwini,


Wayesethi uMose kuye: “Nxa sengiphumile emzini, ngizakwelula izandla zami kuJehova; kuyakunqamuka ukuduma, nesichotho asisayikuba khona, ukuze wazi ukuthi umhlaba ungokaJehova.


Kepha inkosi iyakuthokoza ngoNkulunkulu; bonke abafunga yena bayakuzibonga; ngokuba umlomo wabakhuluma amanga uyakuvalwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite