Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 44:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Inhliziyo yethu ayibuyelanga emuva; izinyathelo zethu aziphambukanga endleleni yakho,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Izinhliziyo zethu azikufulathelanga, izinyathelo zethu aziphambukanga endleleni yakho,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Inhliziyo yethu ayibuyelanga emuva, nezinyathelo zethu aziphendukanga endleleni yakho;

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 44:18
12 Referans Kwoze  

Abazidlayo bangihleka usulu kakhulu, kepha emthethweni wakho angichezuki.


Abangizingelayo nabayizitha kimi baningi; kepha ebufakazini bakho angichezuki.


nababuyile ekumlandeleni uJehova, nabangamfunanga uJehova bengabuzanga ngaye.


Bahoshekela emuva, bakhohlisa njengawoyise, baphenduka njengomnsalo ogejayo.


Ngakho-ke, bazalwane bami abathandekayo, yibani ngabagxilile, abangaxegiyo, abavame njalo emsebenzini weNkosi, nazi ukuthi ukusebenza kwenu akusilo ize eNkosini.


Babuyele ebubini bawoyise bokuqala abala ukuzwa amazwi ami, balandela abanye onkulunkulu ukuba babakhonze: indlu ka-Israyeli nendlu kaJuda zisaphulile isivumelwano sami engasenza nawoyise.


Kepha abaphambukela ezindleleni zabo eziyizinsongensonge uJehova uzakubahambisa kanye nabenza okubi. Ukuthula makube phezu kuka-Israyeli.


ngokuba bachezuka ekumlandeleni, abanakanga neyodwa yezindlela zakhe,


ngokuba uDavide wenza okulungile emehlweni kaJehova, kaphambukanga ngalutho amyala ngalo zonke izinsuku zokuhamba kwakhe, kuphela endabeni ka-Uriya umHeti.


Nina ningofakazi, naye uNkulunkulu, bokuthi sahlala kanjani phakathi kwenu nina enikholwayo ngobungcwele, nangokulunga, nangokungasoleki,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite