Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 44:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 Usenza isihlamba kubakhelwane bethu, inhlekiso nendumazo kwabasiphahlileyo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 Usenze isethuko komakhelwane bethu, inhlekisa nendumalo kwabasiphahlileyo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Usenza sibe yihlazo komakhelwane bethu, inhlekisa nesisulu kwabasizungezile.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 44:13
10 Referans Kwoze  

Usenza sibe yinto ebangwa ngabakhelwane bethu, nezitha zethu zisihleka usulu.


Sesiyisihlamba kubakhelwane bethu, umbhinqo nenhlekiso kwabasiphahlileyo.


U-Israyeli wayengahlekwa nguwe na? Wafunyanwa phakathi kwamasela, njengokuba, lapho ukhuluma ngaye, unikina ikhanda, na?


Ngiyakubenza babe yingebhe nokubi emibusweni yonke yomhlaba, babe yihlazo nesaga, isifenqo nesiqalekiso ezindaweni zonke engiyakubaxoshela kuzo.


ezisola ngalo izitha zakho, Jehova, ezisola ngalo ukuhamba kogcotshiweyo wakho.


Bonke abadlula ngendlela bayamphanga; waba yihlazo kwabakhelene naye.


Uyakuba yisimangaliso, nesaga, nesifenqo phakathi kwezizwe zonke lapho uJehova eyakukuyisa khona.


Ngokuba usho kanje uJehova, uthi: “Nathengiswa ngento engelutho; niyakuhlengwa ngaphandle kwemali.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite