Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 42:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Njengendluzele ilangazelela amanzi emifula, kanjalo umphefumulo wami ulangazelela wena Nkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Njengendluzele ilangazelela amanzi emifula, kanjalo umphefumulo wami ulangazelela Wena Nkulunkulu.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Kumholi wokuhlabelela, iMasigili, lamadodana kaKora. Njengendluzele ilangazelela imifula yamanzi, kanjalo umphefumulo wami ulangazelela wena, Nkulunkulu.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 42:1
21 Referans Kwoze  

Ngivula umlomo wami, ngikhefuzela, ngokuba ngiyalangazelela imiyalo yakho.


Mkhulu uJehova, udunyiswa kakhulu emzini kaNkulunkulu wethu entabeni yakhe engcwele.


UNkulunkulu uyisiphephelo sethu namandla ethu; ufunyaniswa elusizo impela ekuhluphekeni.


Jehova, wabusisa izwe lakho, wambuyisa uJakobe ekuthunjweni.


Inhliziyo yami iyachichima ngendaba enhle; ngikhuluma igama engiliqambe ngenkosi; ulimi lwami lulusiba loloba ngokushesha.


Shayani izandla, zizwe zonke; hlokomani kuNkulunkulu ngezwi lokuhalalisa.


Nkulunkulu, sizwile ngezindlebe zethu, okhokho besilandisa ngesenzo owasenzayo emihleni yabo, emihleni yasendulo.


Yizwani lokhu nonke nina bantu; bekani indlebe nina nonke enakhileyo ezweni,


umhlaba wavula umlomo wawo, wabagwinya nezindlu zabo, nabantu bonke bakaKora, nempahla yabo yonke.


UKora kaJisihari kaKohati kaLevi, kanye noDathani no-Abiramu, amadodana ka-Eliyabe, no-Oni indodana kaPheleti, amadodana kaRubeni, bathatha amadoda,


Kepha amadodana kaKora awafanga.


Amadodana kaKora: ngo-Asiri, no-Elkana, no-Abiyasafa; yile imindeni kaKora.


Amadodana kaKohati: ngu-Amindaba indodana yakhe, noKora indodana yakhe, no-Asiri indodana yakhe,


Isisekelo asibekileyo sisezintabeni ezingcwele.


Jehova Nkulunkulu wensindiso yami, ngikhala imini nobusuku phambi kwakho.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite