Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 41:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 UJehova uyakumlondoloza, amphilise; uyakubusiswa emhlabeni; awuyikumnikela entandweni yezitha zakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 USimakade uyomlondoloza, amgcine ephila; uyobusiswa ezweni. Akayukumnikela ezifisweni zezitha zakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 UJehova uyakumlondoloza, amgcine ephila; futhi uyobusiswa emhlabeni, futhi ngeke umnikele entandweni yezitha zakhe.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 41:2
16 Referans Kwoze  

Unganginikeli entandweni yezitha zami; ngokuba ofakazi bamanga bangivukele kanye nabafutha ukudlozomela.


Ngokuba ukujwayeza umzimba kusiza ingcosana, kepha ukumesaba uNkulunkulu kusiza ezintweni zonke, kunesithembiso salokhu kuphila nalokho okuzayo.


Ngokuba ababusisiweyo bakhe bazakulidla ifa lomhlaba, kepha abaqalekiswa nguye bazakuchithwa.


ukuba akhulule umphefumulo wabo ekufeni, abaphilise endlaleni.


nomLevi, lokhu engenasabelo nafa nawe, nomfokazi, nentandane, nomfelokazi, abangaphakathi kwamasango akho, bayakuza, badle, basuthe ukuba uJehova uNkulunkulu wakho akubusise emsebenzini wonke wesandla sakho owenzayo.


Uninazala wathi kuye: “Ukhothozephi namuhla na? Usebenzephi? Makabusiswe lowo okunakileyo.” Wamtshela uninazala ukuthi ubesebenza kubani, wathi: “Igama lomuntu engisebenzile kuye namuhla linguBowazi.”


Umuntu onesihawu wenzela okuhle umphefumulo wakhe, kepha ononya uhlupha inyama yakhe.


Odelela umakhelwane wakhe uyona, kepha onomusa kwabampofu ubusisiwe.


Onomusa kompofu utsheleka uJehova, nomsebenzi wakhe uyawubuyisela kuye.


Ohluphekayo uyamvulela isandla sakhe, yebo, uzelulela abampofu izandla zakhe.


Kepha ngiyakukophula ngalolo suku, usho uJehova, unganikelwa esandleni sabantu obesabayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite