Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 41:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Kepha wena Jehova, ngihawukele, ungilulamise, ukuze ngibaphindisele.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Kepha Wena Simakade, ngihawukele, ungilulamise, ukuze ngiziphindiselele ezitheni zami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Kodwa wena Jehova, ngihawukele, ungiqondise, ukuze ngibabuyisele.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 41:10
13 Referans Kwoze  

Kodwa lezo zitha zami ezazingathandi ukuba ngibuse phezu kwazo, ziletheni lapha, nizibulale phambi kwami.”


Yiba nomusa kimi, Nkulunkulu; yiba nomusa kimi. Ngokuba umphefumulo wami uphephela kuwe; ngifuna ukukhosela ethunzini lamaphiko akho, zize zidlule izinhlupheko.


Kepha wena Jehova uyisihlangu kimi, uludumo lwami nophakamisa ikhanda lami.


U-Abisalomu wathuma walanda u-Ahithofeli umGiloni, umluleki kaDavide, emzini wakubo waseGilo, esanikela ngemihlatshelo. Uzungu lwaqina, abantu banda njalo ku-Abisalomu.


Ababeyizifuba zami bayanengwa yimi; labo ababengithanda sebengifulathele.


kepha nguwe ntanga yami, mhlobo wami nomngane wami.


Sasihlalisana kamnandi; sasiya endlini kaNkulunkulu kanye nebandla elithokozayo.


Ngizwile ukuhleba kwabaningi: “Luvalo nxazonke. Mmangalele! Masimmangalele!” Bonke abangane bami bayalinda ukuwa kwami. “Mhlawumbe angayengwa, simahlule, siziphindisele kuye.”


Bonke abantu besivumelwano sakho bayakukuxosha emkhawulweni; abantu ababehlalisana nawe ngokuthula bayakukukhohlisa, bakwahlule; abadla isinkwa sakho bayakubeka ugibe phansi kwakho; akakho oluqondayo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite