Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 39:10 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

10 Susa kimi ukushaya kwakho, ngokuba ngiyaqedwa ngukushaywa yisandla sakho.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

10 Susa inhlupheko ongehlisele yona, ngenxa yokucindezelwa yisandla sakho, ngiyaphela.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

10 Susa kimi ukushaywa kwakho; ngiyaqedwa ngokushaya kwesandla sakho.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 39:10
10 Referans Kwoze  

Makayisuse induku yakhe kimi; ingebhe ngaye mayingangesabisi.


masingasondeli kimi isandla sakho, ngingethuswa yingebhe ngawe.


Ngokuba imini nobusuku isandla sakho sasinzima phezu kwami, uloya lwami loma njengokomisa kwehlobo. Sela*


Imbala uyachitha ukwahlulela kwami, ungilahle ukuba ube ngolungileyo, na?


Niyakwenza imifanekiso yamathumba enu nemifanekiso yamagundane enu alonayo izwe, nimnike uNkulunkulu ka-Israyeli udumo; mhlawumbe uyakusenza lula isandla sakhe phezu kwenu, naphezu kwawonkulunkulu benu, naphezu kwezwe lakini.


UMose wayesethi ku-Aroni: “Yikho uJehova akukhuluma, ethi: “ ‘Kubo abaseduze nami ngiyakungcweliswa, phambi kwabantu bonke ngiyakukhazimuliswa.’ ” U-Aroni wathula.


Kepha wathi kuye: “Ukhuluma njengalokhu owesifazane oyisiwula ekhuluma. Siyakwamukela okuhle kuphela kuNkulunkulu, singamukeli nokubi, na?” Kukho konke lokho uJobe akonanga ngomlomo wakhe.


Makahlale yedwa, athule, lapho emthwesa lona.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite